TITLE: Kulahleke Abafana Ababili

AUTHOR:L Molefe
ISBN:978-1-920647-28-5
GENRE:Novel
LANGUAGE:IsiZulu

DESCRIPTION:       Balahlekile abafana ababili. Bazalwa nguSayitsheni osebenza esiteshini samaphoyisa eParktown, eGoli. Kanti bathathwe yizinsizwa eziyobathengisa ezweni elingaphandle kweNingizimu Afrika. Bathathwe yizimoto ezimbili ezahlukene, omncane uthunjwe nemoto kayise. Omdala ufakwe elolini elidiliva izinkwa. Uyaphunyula omdala endleleni, ngokuthi athole isibhamu soyedwa wabathumbi, amshaye qede athathe iloli abaleke ngalo. Omncane udlale umacashelana nabathumbi, waze wafinyelela lapho ezothathwa khona ngabantu abaphuma ezweni elingaphandle, okudingeka bamthathe ngemoto yakubo lena, beqe naye umngcele waseBotswana. Kwenzeka inyakanyaka imoto sekudingeka isuke ilibhekise emngceleni waseBotswana lapho.