TITLE: Umphefumulo Ongenacala

AUTHOR:               S Khuluse
ISBN:978-1-920647-18-6
GENRE:Novella
LANGUAGE:IsiZulu

DESCRIPTION:       Yini oyilindele vele uma uthisha, onguSipho igama endabeni kaKhuluse, ozama ukufaka ingane yakhe ayizala ngaphandle esikoleni esinemfundo enhle ngokubabazekayo, kanti usuka odweshwini nomshikashika wokubangisana ngokukhuliswa kwayo le ngane ayizamelayo? Kulezi zinsuku odokotela banesu elilodwa elincane, kodwa elibalulekile lokuthola ukuthi umuntu nomuntu uzalwa ngubani. Nakhu sebevele bemthatha igazi umntwana belihlola ukuthi lo thisha nguye ngempela yini uyise – kwavela     amapeketwane...!