TITLE: Sewufunani kimi manje?

AUTHOR:Goodwell J Nxumalo
ISBN:978-1-91206472-0-9
GENRE:Poetry
LANGUAGE:IsiZulu

DESCRIPTION:      UJabulani Nxumalo usethulela izinkondlo ezinezindikimba ezahlukahlukene, nezimo ezahlukahlukene. Yona lena eyisihloko sencwadi, ibhekiswe kumuntu owamhlupha kudala. Usethe noma esezikhulele uJabulani, waphumelela, namanje usamlandela lowo muntu. Useyambuza-ke ukuthi ufunani kanti manje.  Uthi: Abazali bami ubabulele,Umndeni wami uwuhlakazile, Abaningi bavalelwe bengonanga, Abanye baqom’ ukweqa imingcele bazidingisa, Ngokwesaba ukuzingelwa nguwe nozakwen